- Artist: Mbuzeni
- Category: Maskandi Music
- Genre: Maskandi
- Released: 2022
- Duration: 04:22
South African singer-songwriter and music star, Mbuzeni, comes through with a single which is titled "Intombi Eya Jubalala".
The song "Intombi Eya Jubalala" is a loveable song that was well written and composed. The 2022 song is an awesome song that you can't afford to miss.
Listen, Share and Download below.
Mbuzeni Intombi Eya Jubalala Lyrics:
Mina ngikhala ngentombi yami
Intombi yami
Eyaduka nezwe
Ngabe ikuphi na
Ngabe yona ikuphi na
Ngiboniseleni ngentombi yami
Intombi yami
Eyaduka nezwe
Ngabe ikuphi na
Ngabe yona
Ikuphi na
Okungizwis'ubuhlung'ukuthi
Angizange ngilibone
Nethuna layo
Ngabe yashona phi
Ngabe yona
Yashona phi
Uma ngizwa ngenzwabethi mina
Abanye bathi
Seyashona lengane
Ngithi yashona phi
Ngabe yona
Yashona phi
Ngiyamsol'umama wayo
Ubeyihlukumeza ngoba engayizali
Yaze yahamba ingane yabantu
Oh yeah
Ngiyamsola nogogo wayo
Ubeyihlukumeza ngoba ithanda mina
Waze wahamb'umtanomuntu
Ngisakuthanda mtanomuntu laph'ukhona
Ngiyambona ngamaphupho
Uyafika kimi
Inkinga yakh'akakhulumi
Ngiboniseleni ngentombi yami (Eyajubalala)
Hayi bo (Ngasol'abazali bayo)
Futhi nami ngiyabasola
Ngabe yona
Yashona phi
Ikuphi na (Eyajubalala)
Ngithi ikuphi na (Ngasol'abazali bayo)
Basola nami
Ngabe yona
Yashona phi
Awu ngab'ikuphi na (Eyajubalala)
Ikuphi na (Ngasol'abazali bayo)
Basola nami
Ngabe yona
Yashona phi
Ngiyayifuna lentombi (Eyajubalala)
Nom'ingasena mazinyo (Ngasol'abazali bayo)
Kwakungeyami ngisayithanda namanjena
Ngabe yona
Yashona phi
Ngiyayifuna lentombi (Eyajubalala)
Ngiyayidinga (Ngasol'abazali bayo)
Ngangiyithanda namanje ngisayithanda
Ngabe yona
Yashona phi
Ngiyayifuna (Eyajubalala)
Nom'ingesenaso (Ngasol'abazali bayo)
Nom'ingasena mazinyo ngizoyinikez'uthando
Ngabe yona
Yashona phi
Ngiboniseleni ngentombi yami (Eyajubalala)
Ngentombi yami (Ngasol'abazali bayo)
Hayi bo, hayi weh
Ngabe yona
Written:
DOWNLOAD Intombi Eya Jubalala by Mbuzeni MP3 [10.15 MB]
Drop Your Comment
Be the first to comment on this post