- Artist: Mbuzeni
- Category: Maskandi Music
- Genre: Maskandi
- Released: 2020
- Duration: 04:44
South African singer-songwriter and music star, Mbuzeni, has just released a new single titled "Khumbula Lezonsuku". This track is a must-listen for fans of Mbuzeni's unique sound and style.
With his soulful vocals and captivating lyrics, Mbuzeni delivers another hit with "Khumbula Lezonsuku". The song showcases his talent and versatility as an artist, solidifying his place in the music industry.
If you're looking for a fresh addition to your Playlist, look no further than "Khumbula Lezonsuku" by Mbuzeni. This track is sure to have you hitting the repeat button.
Don't miss out on the opportunity to listen to and download this incredible song. Check it out below and let Mbuzeni's music take you on a musical journey.
Mbuzeni Khumbula Lezonsuku Lyrics:
Ngithi loluthando lwethu mtanomuntu
Alusafani nasekuqaleni
Ngithi loluthando lwethu mtanomuntu
Alusafani nasekuqaleni
Ubokhumbula mtanomuntu na
Ukuthi sasithandana kanjani
Ubokhumbula mtanomuntu
Ukuthi sasithokoza kanjani masindawonye
Ngithi khumbula (Khumbula lezozinsuku)
Khumbula lezozinsuku (Thina sithandana)
Kwakumnandi mtanomuntu
Khumbula mtanomuntu (Khumbula lezozinsuku)
Ngithi khumbula lezozinsuku (Thina sithandana
Kwakumnandi mtanomuntu)
Khumbula mtanomuntu (Khumbula lezozinsuku)
Khumbula (Thina sithandana)
Kwakumnandi mtanomuntu
Khumbula lezozinsuku mtanomuntu
Sasithandana
Ngithi ngeke baby wami
Angisaluthol'uthando kuwe
Angisajabuli mtanomuntu
Angisathokozi ngawe
Angisajabuli mtanomuntu (Ngeke, ngeke)
Angisaluthol'uthando kuwe (Angisaluthol'uthando kuwe)
Ngithi ngeke mtanomuntu (Ngeke, ngeke)
Ngithi ngeke ngane yabantu (Angisaluthol'uthando kuwe)
Ngithi ngeke (Ngeke, ngeke)
Ngithi ngeke mtanomuntu (Angisaluthol'uthando kuwe)
Angisathokozi ngane yabantu (Ngeke, ngeke)
Angiyitholi nenkonzo yasebusuku (Angisaluthol'uthando kuwe)
Angisajabuli sithandwa sami
Usuyangincisha bo
Mus'ukungincisha mtanomuntu
Mus'ukungincisha sithandwa sami
Ungincishelani mtanomuntu (Ngiphenduke kanjani)
(Weyise wabanta bami) Amaqhing'akho lawo
Ngoba ngiyazigulela nje
Amaqhing'akho lawo (Ngiphenduke kanjani)
(Weyise wabanta bami) Sithandwa sami
Ngoba ngiyazigulela nje
Amaqhing'akho lawo (Ngiphenduke kanjani)
(Weyise wabanta bami) Amaqhing'akho mtanomuntu
Ngoba ngiyazigulela nje
Mus'ukungincisha sithandwa sami (Ngiphenduke kanjani)
(Weyise wabanta bami) Mus'ukungincisha mtanomuntu
Ngoba ngiyazigulela nje
Ngithi khumbula sithandwa sami (Khumbula lezozinsuku)
Sasihleli kahle (Thina sithandana)
Kwakumnandi mtanomuntu
Ngithi khumbula mtanomuntu (Khumbula lezozinsuku)
Mhla sisathandana (Thina sithandana)
Kwakumnandi mtanomuntu
Alusekh'uthando (Khumbula lezozinsuku)
Selashabalala njengamazolo (Thina sithandana)
Kwakumnandi mtanomuntu
Alusekh'uthando (Khumbula lezozinsuku)
Selashabalala mtanomuntu (Thina sithandana)
Kwakumnandi mtanomuntu
Ngith'angisalubon'uthando kuwe
Angisalubon'uthando lapha
Usuyapretenda (Ngeke, ngeke)
Uyapretenda (Angisaluthol'uthando kuwe)
Uyapretend'awusangithandi (Ngeke, ngeke)
Awusangifuni (Angisaluthol'uthando kuwe)
Awusangithandi (Ngeke, ngeke)
Ngiyakubona nje (Angisaluthol'uthando kuwe)
Selwashabalala (Ngeke, ngeke)
Njengamazolo lekubonina (Angisaluthol'uthando kuwe)
Mus'ukungi-use-a sithandwa sami (Ngiphenduke kanjani)
Umosh'isikhathi sami (Weyise wabanta bami)
Ngoba ngiyazigulela nje
Wena udlala ngemizwa yami (Ngiphenduke kanjani)
Udlala ngemizwa yami (Weyise wabanta bami)
Ngoba ngiyazigulela nje
Mus'ukudlala ngemizwa yami (Ngiphenduke kanjani)
(Weyise wabanta bami) Amaqhing'akho lawo
Ngoba ngiyazigulela nje
Uyangi-lose-a (Ngiphenduke kanjani)
(Weyise wabanta bami) Amaqhing'akho lawo
Ngoba ngiyazigulela nje
Written:
DOWNLOAD Khumbula Lezonsuku by Mbuzeni MP3 [10.93 MB]
Drop Your Comment
Be the first to comment on this post