- Artist: Mbuzeni
- Featuring: Nolwazi Machi
- Category: Maskandi Music
- Genre: Maskandi
- Released: 2018
- Duration: 05:35
South African singer-songwriter and performer, Mbuzeni, has released a new track titled "Nansimpi".
The song "Nansimpi" showcases Mbuzeni's exceptional songwriting and musical talents. This 2018 release is a must-listen for fans of soulful music.
Included in Mbuzeni's album "Ungishiyelani", "Nansimpi" stands out as a standout track that highlights the artist's unique style and sound.
Collaborating on this track is the talented Nolwazi Machi, whose contribution adds another layer of depth to the song.
Don't miss out on "Nansimpi" by Mbuzeni featuring Nolwazi Machi. It's a musical experience you won't forget!
Mbuzeni Nansimpi Lyrics:
Nans'impi
Nans'impi
Hloman'izikhali
Nans'imp'isifikile
Nans'impi
Nans'impi
Nans'impi
Hloman'izikhali
Nans'imp'isifikile
Nans'impi
Nans'impi
Nans'impi
Hloman'izikhali
Nans'imp'isifikile
Nans'impi
Ngithi nans'impi
Ngithi nans'impi weh
Ngithi hlomani
Ngoba lemp'isifikile
Ngithi nans'impi
Ngithi nans'impi weh
Ngithi hlomani
Ngoba lemp'isifikile
Sibon'abantu bedlwengulw'ogogo
Sibon'abantu bephenduk'izilwane
Ngithi yimpi leyo
Masizilungiseleni
Sibon'abantu bebulal'abantu besifazane
Abanye bayabanquma
Isihlungu
Ngithi yimpi leyo
Lemp'isifikile.
Ngithi nans'impi (Nans'impi)
Ngithi nans'impi weh (Nans'impi)
Ngithi hlomani (Hloman'izikhali)
Nans'imp'isifikile
Nans'impi
Ngithi nans'impi (Nans'impi)
Ngithi nans'impi weh (Nans'impi)
Ngithi hlomani (Hloman'izikhali)
Nans'imp'isifikile
Nans'impi
Nans'impi (Nans'impi)
Ngithi nans'impi woh (Nans'impi)
Ngithi hlomani lezozikhali (Hloman'izikhali)
Silwise lempi (Nans'imp'isifikile)
Nans'impi
Sibona kubulaw'amaphoyisa
Uma kubulaw'amaphoyisa
Sizovikelwa ngubani na
Lemp'isifikile.
Sibona kubanjw'izimoto zemali
Kudutshulw'abant'abangenacala
Ngithi yimpi leyo
Lemp'isifikile.
Sibona kubulal'abantu besifazane
Bese beyabanqunwa beshiwe kanjalo
Ngithi yimpi leyo
Asiwulwiseni lomoya.
Sibona kubulaw'ama-albino
Kukholelw'ukuthi bazokwenza ngaw'umuthi
Ngithi yimpi leyo
Naw'angabantu
Sibona kudlwengulw'izingan'ezincane
Nans'impi
Nans'impi
Hloman'izikhali
Nans'imp'isifikile
Nans'impi
Nans'impi
Nans'impi
Hloman'izikhali
Nans'imp'isifikile
Nans'impi
Ngithi nans'impi (Nans'impi)
Ngithi nans'impi weh (Nans'impi)
Ngithi hlomani (Hloman'izikhali)
Nans'imp'isifikile
Nans'impi
Mhlola mun'esiwubonayo (Nans'impi)
Mhlola mun'esiwubonayo (Nans'impi)
Ngithi yimpi lena (Hloman'izikhali)
Nans'imp'isifikile
Nans'impi
Sengikhumbul'amazwi kaShaka (Nans'impi)
Wath'uShaka lelizwe (Nans'impi)
Liyosala libuswa izinkonjane (Hloman'izikhali)
Hayi weh (Nans'imp'isifikile)
Nans'impi
Noma seliyabhubha (Nans'impi)
Ngithi yimpi lena (Nans'impi)
Masihlomeni (Hloman'izikhali)
Yis'isikhathi sempi (Nans'imp'isifikile)
Nans'impi
Ngithi nans'impi (Nans'impi)
Nans'impi (Nans'impi)
Masihlomeni bo (Hloman'izikhali)
Oh yeah (Nans'imp'isifikile)
Nans'impi
Nezingan'ezincane zigolozel'othisha (Nans'impi)
Izingane zishay'othisha (Nans'impi)
Ngithi yimpi lena (Hloman'izikhali)
Masihlomeni (Nans'imp'isifikile)
Nans'impi
Written:
DOWNLOAD Nansimpi by Mbuzeni MP3 [12.95 MB]
Drop Your Comment
Be the first to comment on this post