[Music] Mbuzeni – Ubuthuleleni
Posted by badgeValidBoii 0
Mbuzeni – Ubuthuleleni

South African singer-songwriter and music star, Mbuzeni, comes through with a single which is titled "Ubuthuleleni".

The song "Ubuthuleleni" is a loveable song that was well written and composed. The 2022 song is an awesome song that you can't afford to miss.

Listen, Share and Download below.

Mbuzeni Ubuthuleleni Lyrics:
Ungitshel'ukuth'ukhulelwe namhlanje
Ungitshel'ukuth'awuzizwa kahle
Ngithi mina izolo bowuthuleleni
Sorry dali
Woh angimazi loyo mntwana mina

Kade sagcin'ukuhlangana mina nawe
Kodwa wena usungitshel'ukuth'ukhulelwe
Iqiniso ukuthi
Sorry dali
Angimazi loyo mntwana mina

Ngidabukel'umawakho
Ngob'umkhokhel'ebandlen'uzoyithini lendaba
Iqiniso ukuthi
Sorry dali
Angiyazi leyo ngane

Izol'ubuthuleleni (Izol'ubuthuleleni)
Ubungangixoxeli ngani ngayo (Izol'ubuthuleleni)
Akukon'ukusa lokho (Hayi)
Ayibo (Angimazi lomntwana)

Ubungangitsheli ngani ungad'ufika (Izol'ubuthuleleni)
Ubungangixoxeli ngani (Izol'ubuthuleleni)
Ingani usho ngakusasa (Hayi)
Akukon'ukusa lokho (Angimazi lomntwana)

Ubufunani kwaMaseko
Ngizwile kuthiw'ubuye khona
Uyokhulum'indaba yesisu
Bakuphika
Nami ngiyakuphika mtanomuntu

Uyazi wen'awubaz'abantu (Mus'ukungihlukumeza)
Awubaz'abantu (Shono mawungamaz'ubaba wengane)
Udlala ngami (Hayi)
Mus'ukungibambis'ibhantshi

Ngezwa kuthiw'uthandana noThando
(Mus'ukungihlukumeza)
Ngaphinda ngezwa kuthiw'uthandana noMshengase
(Shono mawungamaz'ubaba wengane)
Ngoba uphum'ethayini (Ahh)
Akwenziwa njalo (Mus'ukungibabhis'ibhantshi)

Bengikukhuza mtanami
Ngithi mus'ukushintshashintsh'abafana
Awubheke manj'usukhulelwe
Awazi ukuth'isis'esikabani

Ngatshela ngane yami
Ngathi hlukana nezimoto
Nemal'okungasiyona eyakho
Manje sewuxakekile

Udlala ngami mtanomuntu (Izol'ubuthuleleni)
Udlala ngami mtanomuntu (Izol'ubuthuleleni)
Awusangibambisi ngish'ibhantshi
Ungibambis'ijazi
Elikhul'elide

Udlala ngami mtanomuntu (Izol'ubuthuleleni)
Udlala ngami mtanomuntu (Izol'ubuthuleleni)
Awusangibambisi ngish'ibhantshi
Ungibambis'ijazi
Elikhul'elide

Awungincede Sthe (Mus'ukungi-use-a)
Awume kancane mtanomuntu
(Ufuna ngondle ingan'engingayazi)
Ukusa lokhu (Hayi)
Angimazi lomntwana

Ngicel'ukushawa umoya (Mus'ukungi-use-a)
Angiyazi leyonto (Ufuna ngondle ingan'engingayazi)
Ukusa lokhu (Hayi)
Angimazi lomntwana

Uyazi wen'awubaz'abantu (Mus'ukungi-use-a)
Uyazi wen'awubaz'abantu
(Ufuna ngondle ingan'engingayazi)
Wadlala ngami (Hayi)
Angimazi lomntwana

Ngizosebenzela wena kanjani (Mus'ukungi-use-a)
Ngisebenzel'int'engingayazi
(Ufuna ngondle ingan'engingayazi)
Akwenziwa njalo (Hayi)
Angimazi lomntwana

Udlala ngami (Mus'ukungi-use-a)
Udlala ngami (Ufuna ngondle ingan'engingayazi)
Yeyi (Hayi)
Ayi bo (Angimazi lomntwana)


Written:


DOWNLOAD Ubuthuleleni by Mbuzeni MP3 [10.61 MB]


Do you wish to initiate a DMCA takedown report? Kindly send details to [email protected]

Do you want your song on Fakaza2025? Upload Your Song.


Hottest Artists

What do you think about this song?

Drop Your Comment

Be the first to comment on this post