- Artist: Mbuzeni
- Category: Maskandi Music
- Genre: Maskandi
- Released: 2018
South African singer-songwriter and performer, Mbuzeni, introduces a song titled "Wavuma".
The track "Wavuma" by Mbuzeni is an amazing record that should definitely be added to your Playlist.
With his unique style and powerful vocals, Mbuzeni delivers a captivating performance in "Wavuma".
Listen, Share and Enjoy this incredible song by Mbuzeni!
Mbuzeni Wavuma Lyrics:
Ngithi wavuma mntan'omuntu (Wavuma)
Wath'uyangithanda (Wath'uyangithanda)
Ngithi wavuma ngane yabantu (Wavuma)
Wath'uyangithanda (Wath'uyangithanda)
Kanti yini, yini na
Yini ekushintshisayo
Manj'esithubeni
Ngithi yini, yini na
Yini ekushintshisayo
Weh mtanomuntu
Ngithi wavuma ngane yabantu (Wavuma)
Wath'uyangithanda (Wath'uyangithanda)
Ngithi wavuma ngane yabantu (Wavuma)
Wath'uyongishada (Wath'uyangithanda)
Manje yini, yini
Yini ekushintshisayo
Manj'esithubeni
Ngithi yini, yini na
Yini ekushintshisayo
Weh mtanomuntu
Walalel'abantu mntan'omuntu
Walalel'abantu
Ayi (Walalel'abantu)
Ayi weh (Walalel'abantu)
Walalel'abantu
Walalel'abantu bekukhohlisa
Walalel'abantu
Ayi weh (Walalel'abantu)
Ayi weh (Walalel'abantu)
Walalel'abantu
Walalel'abantu mntan'omuntu
Walalel'abantu
Ayi (Walalel'abantu)
Walalel'abantu
Walalel'abantu
Walalel'abantu mntan'omuntu
Walalel'abantu
Bedlala ngawe (Walalel'abantu)
Walalel'abantu
Walalel'abantu
Bakukhohlis'abantu mkami
Yini
Ayi weh (Ekushintshisayo)
Manj'esithubeni
Manje yini, yini na
Yini ekushintshisayo
Weh mtanomuntu
Wavuma ngane yabantu
Ngithi wath'uyangithanda
Kungan'udlale ngemizwa yami
Kungan'udlale ngemizwa yami
Ngamosh'isikhathi sami ngawe
Heyi ngane yabantu
Ngachith'isikhathi sami ngawe
Kant'uzongidampa mntan'omuntu
Ngithi wavuma ngane yabantu (Wavuma)
Wath'uyangithanda (Wath'uyangithanda)
Ngithi wavuma mntan'omuntu (Wavuma)
Wath'uyangithanda (Wath'uyangithanda)
Manje yini, yini
Yini ekushintshisayo
Manj'esithubeni
Nguban'osekujik'umqondo
Yini ekushintshisayo
Weh mntan'omuntu
Wena wezwa ngabantu
Walalel'abantu
Ayi weh (Walalel'abantu)
Walalel'abantu
Walalel'abantu
Walalel'abantu bekukhohlisa
Walalel'abantu
Ayi (Walalel'abantu)
Ayi weh (Walalel'abantu)
Walalel'abantu
Wangiphoxa mntan'omuntu
Walalel'abantu
Ayi weh (Walalel'abantu)
Weh (Walalel'abantu)
Walalel'abantu
Walalel'abantu mntan'omuntu
Walalel'abantu
Ayi (Walalel'abantu)
Ayi (Walalel'abantu)
Walalel'abantu
Walalel'abantu mntan'omuntu
Yini
Yini (Ekushintshisayo)
Manj'esithubeni
Ngith'inton'intoni na
Yini ekushintshisayo
Weh mntan'omuntu
Yini mntan'omuntu
Ngithi yini ngane yabantu
Noma bahlebe ngami kuwe
Kukhon'ongihlebile kuwe
Kanti yini, yini na
Ekushintshisayo
Bengithi soshada nawe
Wavele wangidamp'ekugcineni
Ngithi wavuma mntan'omuntu
Ngithi wath'uyangithanda
Ngithi wavuma ngane yabantu
Wath'uyangithanda
Manje yini, yini
Ngikhathazekile ngawe
Ngikhathazekile ngawe mntan'omuntu
Hayi weh
Walalel'abantu mntan'omuntu
Walalel'abantu
Heyi (Walalel'abantu)
Walalel'abantu
Walalel'abantu
Walalel'abantu mntan'omuntu
Walalel'abantu
Heyi weh (Walalel'abantu)
Walalel'abantu
Walalel'abantu
Walalel'abantu mntan'omuntu
Walalel'abantu
Ayi weh (Walalel'abantu)
Walalel'abantu
Walalel'abantu
Walalel'abantu mntan'omuntu
Walalel'abantu
Ayi weh (Walalel'abantu)
Walalel'abantu
Walalel'abantu
Walalel'abantu mntan'omuntu
Walalel'abantu
Ayi weh (Walalel'abantu)
Walalel'abantu
Walalel'abantu
Walalel'abantu bekukhohlisa
Walalel'abantu
Ayi weh (Walalel'abantu)
Walalel'abantu
Walalel'abantu
Walalel'abantu bekukhohlisa
Walalel'abantu
Ayi weh (Walalel'abantu)
Walalel'abantu
Walalel'abantu
Abant'abathath'abafunek'othandweni
Walalel'abantu
Kuyamoshakala weh (Walalel'abantu)
Walalel'abantu
Walalel'abantu
Izindaba zabant'ababil'azingenwa
Walalel'abantu
Ngangikukhuza mntan'omuntu (Walalel'abantu)
Walalel'abantu
Walalel'abantu
Izindaba zabant'ababil'azingenwa
Walalel'abantu
Ngangikutshela mntan'omuntu (Walalel'abantu)
Walalel'abantu
Walalel'abantu
Written:
DOWNLOAD Wavuma by Mbuzeni MP3
Drop Your Comment
Be the first to comment on this post