- Artist: Ntencane
- Category: Maskandi Music
- Genre: Maskandi
- Released: 2021
- Duration: 04:27
South African singer-songwriter and music star, 03 NTENCANE, comes through with a single which is titled "UTHANDO LWETHU".
The song "UTHANDO LWETHU" is an amazing record that should be on your Playlist.
Listen, Share and Enjoy!.
03 NTENCANE UTHANDO LWETHU Lyrics:
Sithandwa sami
Luhle uthando lwethu
Into engishayisa ngovalo
Uthando lwanamhlanje alulasti
Sithandwa sami
Luhle uthando lwethu
Into engishayisa ngovalo
Uthando lwanamhlanje alulasti
Sithandwa sami
Luhle uthando lwethu
Into engishayisa ngovalo
Uthando lwanamhlanje alulasti
Sengibona kungcono
Songe uthando lwethu
Sithandane ngolwami
Maluphela sithandana ngolwakho
Sengibona kungcono
Songe uthando lwethu
Sithandane ngolwami
Maluphela sithandana ngolwakho
Sengibona kungcono
Songe uthando lwethu
Sithandane ngolwami
Maluphela sithandana ngolwakho
Ngoba into yethu yinhle
Angifuni iphelele emoyeni
Ngifuna sibambane
Size sihlukaniswe ukufa
Sithandwa sami
Luhle uthando lwethu
Into engishayisa novalo
Uthando lwanamhlanje alulasti
Angifuni ukuthi ngeke ngiphile ngaphandle kwakho
Kodwa kungabanzima ukuphila ungekho
Angifuni ukuthi ngeke ngiphile ngaphandle kwakho
Kodwa kungabanzima ukuphila ungekho
Angifuni ukuthi ngeke ngiphile ngaphandle kwakho
Kodwa kungabanzima ukuphila ungekho
Sengibona kungcono
Songe uthando lwethu
Sithandane ngolwami
Maluphela sithandana ngolwakho
Sengibona kungcono (Angifuni ukuthi ngeke ngiphile ngaphandle kwakho)
Songe uthando lwethu
Sithandane ngolwami (Kodwa kungabanzima ukuphila ungekho)
Maluphela sithandana ngolwakho
Ngoba into yethu yinhle (Angifuni ukuthi ngeke ngiphile ngaphandle kwakho)
Angifuni iphelele emoyeni
Ngifuna sibambane (Kodwa kungabanzima ukuphila ungekho)
Size sihlukaniswe ukufa
(Angifuni ukuthi ngeke ngiphile ngaphandle kwakho)
Written:
DOWNLOAD UTHANDO LWETHU by Ntencane MP3 [10.25 MB]
Drop Your Comment
Be the first to comment on this post